Versuri > Sjava

Versuri Sjava – Umama lyrics

Umama versuri Sjava

Ngikhumbul’ uMa
Aksavumi (Ngikhumbul’ uMa)
Ang’sakhoni
Ngikhumbul’ uMa
Aksavumi
Ngikhumbul’ uMa

Sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e
Ndod’ endala kangaka ikhalel’ uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e

Yojabula mang’fika
Athi uShembe uyaphila
Kuley’ngozi zomgwaqo mntanami ng’yajabula ufike usaphila
Bek’ iykhwama le emsamu
Land’ impepho kaGogo erondweni
Ngiphahle ngikhulume nabadala, ngibatshele usemagcekeni
Mvul’ iyana emakhaya, sesiphelile amakhaza
Mawubuy’ eGoli ngicela ungiphathele iheater ngoba ngempela uzong’ngcwaba
Yaz’ uMa , avunamahlaya
Ngeke ushone ngisak’thanda
Kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona Ma wami mangishada
[Bridge]
Ngoba uyokwazi ukungibonisa
Mase zingibuyela emshadweni
Ngoba uyokwazi ukungiduduza
Mase zingibuyela emshadweni

Angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul’ uMa
Angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul’ uMa

Sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e
Ndod’ endala kangaka ikhalel’ uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e

Into engiyithanda ngekhaya
Ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali (ngemali, yeah yeah)
Noma ngingasebenzi uMama ungithanda ngingenani
(Ungithanda ngingenalutho) versuri.us
Noma umhlaba ungang’shaya uzong’thulisa athi mntanami ungakhali (ungakhali)
Ubukeka ukhathale awuthi ngilande ukudla baba hlala phansi (hlala phansi)
[Pre-Chorus]
Angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul’ uMa
Angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni
Ngikhumbul’ uMa

Sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e
Ndod’ endala kangaka ikhalel’ uMa wayo
Hawu bafethu ngeke ni understand-e

Umama lyrics ♪ tiktok clean Letra de la canción Umama ♪ Versuri Umama

Vezi si alte versuri de la Sjava: